Mnakwethu
By ApheleleAPP
1.8K
94
31
  • Short Story
  • abortion
  • africa
  • cheating
  • heartbreak
  • isitreal
  • love
  • lovetriangle
  • pain
  • relationship
  • sisterwife
  • southafrica
  • womanxwoman
  • zulu

Description

Zasembo: Zolani sila sobabili manje usihlalise izinsuku ezinhlanu sobabili la endlini yakho Wake wezwaphi kuthiwa iyenziwa lento oyenzile? Asikwazi ukuhlala kanje nawe uthuli khuluma kuzowenzekani Zolani: yazi bengihlala ngazi ukuthi noma kungenzekani kuyohlala kukhona uZasembo engiyobuyela kuye He looked at me. Zolani: kodwa manje angiboni ukuthi usakhona uZasembo engizokwazi ukubuyela kuye Silence. Zolani: Ngiyaxolisa kunina nobabili ngokunizwisa ubuhlungu Bendalo: Zolani esifuna ukukwazi thina ukuthi ukhetha bani phakathi kwethu ngoba sikuthanda sobabili kodwa ngeke sikwazi ukuba nawe sobabili Silence. Zolani: My choice has always been the same, and it will always be the same regardless of the feelings I have had for someone else.

Prologue

Continue Reading on Wattpad
Mnakwethu
by ApheleleAPP
1.8K
94
31
Wattpad